Kwathi ngesikhathi inkosi ethize idinga indlalifa eyayizothatha ubukhosi uma isikhotheme, yanika abantu bayo umsebenzi owaba yindida kubona - ukuthi bayilethele u-'Awu!' no-'Eshu!' Umfanyana owafika ukuzokhosela kulelo zwe wavele wazi kahle ukuthi angabathola kuphi o-'Awu!' no-'Eshu!' A very old king needed a successor, so he set his people a task - to bring him an 'oh!' and an 'ah!'. ??A clever young fellow knew just where to find them!
No one has written a review for 'U-'awu!' No-'eshu!''
Why not be the first to share your opinion?